Izinga Lentuthuko Yabantu (ILY) (IsiNgisi: Human Development Index) yindlela yokuhlola amazinga entuthuko yabantu emazweni omhlaba. Uma kusetshenziswa i-ILY kubhekwa intuthuko yabantu phecelezi kwezemfundo, kwezomnotho, amathuba omsebenzi, ukuvota kanye nezinye izingxenye zempilo. Loluhlelo lokubheka amazinga entuthuko yabantu yasungulwa ngu-Mahbub ul Haq owazalelwa ePhakistan.[1]
Imephu yamazwe omhlaba ngokwamazinga entuthuko yabantu (kuthathelwe emininingwaneni yangonyaka wezi-2019, kwashicilelwa ngo-2020).
0.800–1.000 (liphezulu kakhulu)
0.700–0.799 (liphezulu)
0.550–0.699 (liphakathi nendawo) |
0.350–0.549 (liphansi)
Ayikho imininingwane |
Imephu yamazwe omhlaba ngokwamazinga entuthuko yabantu (kuvezwa ushintsho emazweni akhuphuke ngo 0.050). kuthathelwe emininingwaneni yangonyaka wezi-2019, kwashicilelwa ngo-2020).
≥ 0.900
0.850–0.899
0.800–0.849
0.750–0.799
0.700–0.749 |
0.650–0.699
0.600–0.649
0.550–0.599
0.500–0.549
0.450–0.499 |
0.400–0.449
≤ 0.399
Ayikho imininingwane |